Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Inotho ezuzwe yize izancipha, kodwa obutha ngomshikashika uzakwanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Imfuyo etholakala kalula iyancipha, kepha obutha kancane kancane uyandiselwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ingcebo etholakala kalula iyancipha, kepha eqongelelwa kancane, kancane, iyanda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:11
19 Referans Kwoze  

Ifa lingatholwa ngokuphangisa ekuqaleni; kodwa ukuphela kwawo akuyikubusiswa.


Ingcebo yobubi ayisizi lutho, kepha ukulunga kusindisa ekufeni.


Lowo owandisa impahla yakhe ngenzalo nangenzuzo engalungile, kumelwe ayiqoqele lowo ohawukela abampofu.


Ojahe ukuceba uneso elibi futhi akacabangi ukuthi ubumpofu buyomehlela.


Umuntu othembekileyo unezibusiso eziningi, kodwa ojahe ukuceba ngeke abe msulwa.


Njengentende ehlezi phezu kwamaqanda, ingawachanyuseli; kanjalo ozuza ingcebo kungengenxa yokulunga uyakuyishiya phakathi kwezinsuku zakhe, abe yisiwula ekugcineni.


Ngokuba uyakudla umsebenzi wezandla zakho; uzojabula, futhi uzophila.


Ugwinye ingcebo, futhi uyophinde ayikhafule; UNkulunkulu uyoyikhipha esiswini sakhe.


Kodwa leyo ngcebo ibhubha ngomsebenzi omubi, futhi izala indodana, kungekho lutho esandleni sayo.


Ngokuzigqaja kuvela ukuxabana kuphela, kodwa kwabahlakaniphileyo kukhona ukuhlakanipha.


Ithemba elilitshazisiweyo ligulisa inhliziyo, kodwa lapho kufika isifiso, kungumuthi wokuphila.


Ukuzuza ingcebo ngolimi lwamanga kuyize elijikijelwa ngapha nangapha ngabafuna ukufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite