Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Indodana ehlakaniphileyo ilalela ukulaya kukayise, kepha isideleli asikuzwa ukusolwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Indodana ehlakaniphileyo iyalaywa nguyise, kepha isideleli asilaleli ukukhuzwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Indodana ehlakaniphile iyayalwa nguyise, kodwa isedeleli asilaleli lapho sikhuzwa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:1
13 Referans Kwoze  

Isiwula siyadelela ukulaya kukayise, kodwa oqaphela ukusolwa uhlakaniphile.


Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha umuntu oyisiwula uyadelela unina.


Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.


Uma umuntu ona komunye, umahluleli makamahlulele; kepha uma umuntu ona kuJehova, ngubani ongamlamulela na? Kodwa kabalilalelanga ilizwi lendoda, ngoba uJehova wayezababulala.


Isideleli sifuna ukuhlakanipha, singakutholi, kepha ukwazi kulula koqondileyo.


Isideleli asithandi noma ubani omlayayo, futhi akayi kwabahlakaniphileyo.


Wahamba ezindleleni zonke zika-Asa uyise; akaphambukanga kukho ngokwenza okulungile emehlweni kaJehova; kodwa izindawo eziphakemeyo azisuswanga; ngoba abantu babesahlaba ezindaweni eziphakemeyo, bathunqa intuthu.


Manje, bantwana, ngilaleleni, nilalele amazwi omlomo wami.


Indlela yesiwula ilungile emehlweni aso, kodwa olalela iseluleko uhlakaniphile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite