Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ababi bayachithwa, bangabe besabakho, kepha indlu yabalungileyo iyokuma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ababi bayachithwa, bangabikho, kepha indlu yabalungileyo iyakuma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Izikhohlakali ziyobhujiswa, ziphele nya, kodwa indlu yabalungileyo iyokuma njalo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:7
20 Referans Kwoze  

Noma bebambene ngesandla, omubi akayeki ukujeziswa, kodwa inzalo yabalungileyo iyasindiswa.


Njengokudlula kwesivunguvungu, kanjalo omubi akabe esaba khona, kepha olungileyo uyisisekelo esiphakade.


Kodwa amehlo ababi azafiphala, njalo kabayikuphunyuka, lethemba labo lizakuba njengokuphiwa umoya.


Inkosi yasilaya ukuthi kube njalo, kwaphuma umlayo eSusa; bawaphanyeka amadodana ayishumi kaHamani.


Ibizo lakho malibe likhulu kuze kube nininini ngokuthi: I Nkosi yamabandla inguNkulunkulu phezu kukaIsrayeli, lendlu yenceku yakho uDavida kayime phambi kwakho.


Indlu yakho nombuso wakho kuyakuma phambi kwakho kuze kube phakade; isihlalo sakho sobukhosi sizaqiniswa kuze kube nininini.


UJehova uyakuchitha indlu yabazidlayo, kepha aqinise imikhawulo yomfelokazi.


Indlu yababi izachithwa, kodwa ithabhanekele labaqotho lizahluma.


Wonke owesifazane ohlakaniphileyo uyakha indlu yakhe, kepha oyisiwula uyayidiliza ngezandla zakhe.


Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.


Ngakho uyazazi izenzo zabo futhi uyabaphendula ebusuku ukuze babhujiswe.


Umuntu uyakudunyiswa ngokokuhlakanipha kwakhe, kepha onenhliziyo embi uyadelelwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite