Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Amazwi ababi afuna igazi, kodwa umlomo wabaqotho uyabasindisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Amazwi ababi aqamekela igazi, kepha umlomo wabaqotho uyabophula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Amazwi ezikhohlakali aqamekela ukuchitha igazi, kepha umlomo wabaqotho uyabahlenga.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:6
12 Referans Kwoze  

Emlonyeni weziwula kukhona induku yokuziqhenya, kepha izindebe zabahlakaniphileyo ziyabalondoloza.


Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi; bacupha ugibe, babambe abantu.


Izinyawo zabo zigijimela ebubini, bashesha ukuchitha igazi elingenacala; imicabango yabo iyimicabango yobubi; incithakalo nokubhubhisa kusezindleleni zabo.


Ngakho-ke nina kanye nomphakathi bonisani induna yenkulungwane ukuba imehlisele kini kusasa ngokungathi nifuna ukuhlolisisa kahle okumayelana naye;


Bacela umusa ngaye ukuba ambize eJerusalema, beqamekele ukuba bambulale endleleni.


Kwathi sekusile, abaJuda benza icebo, bazibopha ngesiqalekiso, bathi abayikudla, bangaphuzi, bengakambulali uPawulu.


Imicabango yabalungileyo ilungile, kodwa iseluleko sababi siyinkohliso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite