Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umfazi olungileyo ungumqhele endodeni yakhe, kodwa onamahloni unjengokubola emathanjeni ayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Owesifazane okhutheleyo ungumqhele kuyo indoda yakhe, kepha ohlazisayo unjengokubola kwamathambo ayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Owesifazane okhutheleyo ungumqhele kumyeni wakhe, kepha ohlazisayo ufana nokubola emathanjeni omyeni wakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:4
16 Referans Kwoze  

Inhliziyo ephilileyo ingukuphila kwenyama, kepha inomhawu ngokubola kwamathambo.


Wonke owesifazane ohlakaniphileyo uyakha indlu yakhe, kepha oyisiwula uyayidiliza ngezandla zakhe.


Nokho eNkosini kayilutho owesilisa ngaphandle kowesifazane, nomfazi ngaphandle kwendoda eNkosini.


Ngokuba nempela indoda ayifanele ukumboza ikhanda, lokhu ingumfanekiso nodumo lukaNkulunkulu, kepha owesifazane uludumo lwendoda.


Kungcono ukuhlala ehlane kunokuhlala nowesifazane oxabanayo nothukuthele.


Kungcono ukuhlala ekhoneni lophahla kunokuhlala endlini ebanzi nowesifazane oxabanayo.


Lapho ngizwa lokhu, isisu sami sathuthumela; izindebe zami zathuthumela ngezwi; ukubola kwangena emathanjeni ami, ngaqhaqhazela phakathi kwami, ukuze ngiphumule ngosuku losizi;


Manje, ndodakazi yami, ungesabi; Ngizokwenza kuwe noma yini oyicelayo, ngoba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane oqotho.


Imicabango yabalungileyo ilungile, kodwa iseluleko sababi siyinkohliso.


Ofumana umfazi uthola okuhle, uzuze umusa kuJehova.


Njengetshe legolide empumulweni yengulube, unjalo owesifazane omuhle ongahluleli.


Ngowesifazane oyisinengiso lapho egana; nesigqila esiyindlalifa yenkosikazi yaso.


Amadodakazi amaningi enzile ngobuqotho, kepha wena udlula wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite