Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ivila aligazisi lokho elikubambile ekuzingeleni, kodwa impahla yomuntu okhuthele iyigugu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Isidenge asiyosi inyamazane yaso, kepha imfuyo enqabileyo ingeyokhutheleyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Ivila aliyosi inyamazane yalo, kodwa okhuthele unengcebo eningi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:27
9 Referans Kwoze  

Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Ivila lifaka isandla esifubeni salo; kwaba buhlungu kuye ukuphinda alibuyisele emlonyeni.


Okuncane kanye nokumesaba uJehova kungcono kunengcebo eningi kanye nosizi.


Okuncane anakho olungileyo kungcono kunenotho yababi abaningi.


Futhi ubeke ummese emphinjeni wakho uma ungumuntu ophambayo.


Ingcosana enobulungisa ingcono kunenzuzo enkulu engenabulungisa.


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Olungileyo mkhulu kunomakhelwane wakhe, kepha indlela yababi iyabadukisa.


Njengoba umnyango uphenduka ezintini zawo, kanjalo ivila liphendula embhedeni walo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite