Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Olungileyo mkhulu kunomakhelwane wakhe, kepha indlela yababi iyabadukisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Olungileyo ungumholi womakhelwane wakhe, kepha indlela yababi iyabadukisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Olungileyo ungumholi womngani wakhe, kepha indlela yezikhohlakali iyazidukisa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:26
16 Referans Kwoze  

Nginilobele lezi zinto ngabadukisayo.


Lowo onolwazi uyawagodla amazwi akhe, nomuntu onokuqonda unomoya omuhle.


Omubi ubanjwa ngesiphambeko sezindebe zakhe, kepha olungileyo uyaphuma ekuhluphekeni.


Waphonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uDeveli noSathane, odukisa izwe lonke; waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.


Sidukisa abakhileyo emhlabeni ngezibonakaliso esase sinamandla ukuzenza phambi kwesilo; sitshela abakhileyo emhlabeni ukuthi basenzele umfanekiso isilo, esasinenxeba lenkemba, kodwa saphila.


Kodwa kwabangcwele abasemhlabeni, lakwabakhulu, engithokoza ngakho konke.


Ukudabuka enhliziyweni yomuntu kuyayithobisa, kepha izwi elihle liyayithokozisa.


Ivila aligazisi lokho elikubambile ekuzingeleni, kodwa impahla yomuntu okhuthele iyigugu.


Umuntu oyisidlwangudlwangu uyenga umakhelwane wakhe, amhole endleleni engalungile.


Abaduki yini abaceba okubi na? kodwa umusa neqiniso kuyoba kulabo abacabanga kahle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite