Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ukudabuka enhliziyweni yomuntu kuyayithobisa, kepha izwi elihle liyayithokozisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ukukhathazeka enhliziyweni yomuntu kuyayithobisa, kepha izwi elihle liyayithokozisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Ukukhathazeka enhliziyweni yomuntu kuyayidangalisa, kepha izwi elihle liyayithokozisa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:25
19 Referans Kwoze  

Amazwi amnandi anjengekhekheba lezinyosi, amnandi emphefumulweni, ayimpiliso emathanjeni.


Inhliziyo ethokozayo yenza ubuso bube buhle, kodwa ngokudabuka kwenhliziyo umoya uyachotshozwa.


Inhliziyo ethokozayo iyaphilisa, kepha umoya owaphukileyo womisa amathambo.


INkosi uJehova inginike ulimi lwabafundileyo, ukuze ngikwazi ukukhuluma izwi ngesikhathi esifanele kokhatheleyo;


Umuntu uyathokoza ngempendulo yomlomo wakhe, nezwi elikhulunywe ngesikhathi salo, yeka ukuthi lihle kangakanani!


UJehova wayiphendula ingelosi eyayikhuluma nami ngamazwi amahle naduduzayo.


Bakhona abakhuluma njengokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luphilile.


Amafutha nempepho kujabulisa inhliziyo, kanjalo ubumnandi bomngane womuntu kanye neseluleko esiqotho.


Kungani udangale, mphefumulo wami? nikhathazekeleni kimi na? uthembele kuNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa oyimpiliso yobuso bami noNkulunkulu wami.


Umoya womuntu uyakugcina ukugula kwakhe; kodwa umoya olimele ngubani ongawuthwala?


Izwi elikhulunywe kahle linjengama-apula egolide asezithombeni zesiliva.


Ngikhathazekile; Ngithobeke kakhulu; Ngizolila usuku lonke.


Zonke izinsuku zompofu zimbi, kepha onenhliziyo ethokozayo wenza idili njalo.


Inhliziyo iyakwazi umunyu wayo; nomfokazi akamxubi nenjabulo yakhe.


Olungileyo mkhulu kunomakhelwane wakhe, kepha indlela yababi iyabadukisa.


Ukukhanya kwamehlo kuthokozisa inhliziyo, nezwi elihle likhuluphalisa amathambo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite