Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Isandla sabakhutheleyo siyabusa, kepha ivila liyakutheliswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Isandla sabakhutheleyo siyakubusa, kepha izidenge ziyakuphoqelwa umsebenzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Isandla sabakhuthele siyobusa, kodwa amavila ayophoqwa ukusebenza.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:24
15 Referans Kwoze  

Ivila aligazisi lokho elikubambile ekuzingeleni, kodwa impahla yomuntu okhuthele iyigugu.


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Inceku ehlakaniphileyo iyobusa phezu kwendodana ehlazisayo, futhi iyoba nesabelo sefa phakathi kwabafowabo.


Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Uyambona umuntu okhuthele emsebenzini wakhe? uyakuma phambi kwamakhosi; angeke ame phambi kwabantu abakhohlakele.


Ivila lathi: “Kukhona ingonyama ngaphandle, ngiyakubulawa emigwaqweni.”


Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Indoda uJerobowamu yayiliqhawe elinesibindi; lapho uSolomoni ebona insizwa ukuthi ikhuthele, wayimisa phezu kwayo yonke inkonzo yendlu kaJosefa.


Wabona ukuthi ukuphumula kuhle, nezwe limnandi; wagoba ihlombe lakhe ukuba athwale, waba yisigqila sokutheliswa.


Abantwana babo abasala emva kwabo ezweni, abantwana bakwa-Israyeli ababengenakubaqalekisa, uSolomoni wabakhokhisa intela yenkonzo kuze kube namuhla.


Kwathi wonke u-Israyeli esezwile ukuthi uJerobowamu ubuyile, bathumela bambizela ebandleni, bambeka inkosi phezu kuka-Israyeli wonke; akubangakho owalandela indlu kaDavide, kuphela isizwe sakwaJuda sodwa.


Kwathi lapho u-Israyeli esenamandla, wakhokhisa amaKhanani, awazange awaxoshe ngokuphelele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite