Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Okhuluma iqiniso uveza ukulunga, kepha ufakazi wamanga uyakhohlisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ophefumula iqiniso ulanda ngokulunga, kepha ufakazi wamanga ngenkohliso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Okhuluma ukwethembeka umemezela ukulunga, kepha ufakazi wamanga ukhuluma inkohliso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:17
15 Referans Kwoze  

Ufakazi weqiniso usindisa imiphefumulo, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Ufakazi othembekileyo akaqambi amanga, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Ungabi ngufakazi ngomakhelwane wakho ngeze; futhi ungakhohlisi ngezindebe zakho.


Ufakazi wamanga ophafuza amanga, lohlanyela ukuxabana phakathi kwabazalwane.


Ngokuba enhliziyweni kuphuma imicabango emibi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza;


Ufakazi wamanga uyabhubha, kepha umuntu ozwayo ukhuluma njalo.


Ufakazi omubi udelela ukwahlulela, nomlomo wababi udla ububi.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lophafuza amanga kayikuphunyuka.


Lilonembeza omuhle; ukuze kuthi lapho benihleba ngokungathi ningabenzi bokubi, bajabhe labo abaqamba amanga ukuziphatha kwenu okuhle kuKristu.


Base bemisa ofakazi bamanga abathi: “Lona kayeki ukukhuluma amazwi ayinhlamba ngale ndawo engcwele nangomthetho;


Abapristi abakhulu namalunga nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi bamanga ngoJesu ukuze bambulale;


Ulaka lwesiwula seluyaziwa, kodwa umuntu oqondileyo uyasibekela ihlazo.


Bakhona abakhuluma njengokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luphilile.


Yilezi izinto okufanele nizenze; Yilowo nalowo ukhuluma iqiniso kumakhelwane wakhe; yenzani isahlulelo seqiniso nokuthula emasangweni enu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite