Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ulaka lwesiwula seluyaziwa, kodwa umuntu oqondileyo uyasibekela ihlazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ukukhathazeka kwesiwula kuyaziwa ngosuku, kepha oqondileyo uyasibekela ihlazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Isiwula sikukhombisa masinyane ukuthukuthela kwaso, kodwa onengqondo uyalifihla ihlazo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:16
12 Referans Kwoze  

Isiwula siyakukhuluma konke ukuqonda kwaso, kepha ohlakaniphileyo uyakulonda kuze kube sekupheleni.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;


Inzondo izala ukuxabana, kodwa uthando lusibekela zonke izono.


Osibekela isiphambeko ufuna uthando; kepha ophinda indaba wehlukanisa abangane abaningi.


Ongabusi umoya wakhe ufana nomuzi obhidliziweyo ongenaludonga.


Ukuqonda kungumthombo wokuphila konakho, kepha ukulaya kweziwula kungubuwula.


Ukuhlakanipha kuhlezi enhliziyweni yoqondileyo, kodwa okuphakathi kweziwula kuyaziwa.


Ngokuba ulaka luyabulala iziwula, nomhawu ubulala iziwula.


Okhuluma iqiniso uveza ukulunga, kepha ufakazi wamanga uyakhohlisa.


Itshe linzima nesihlabathi; kepha ulaka lwesiwula lunzima kunazo zombili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite