Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umuntu uyasutha ngokuhle ngesithelo somlomo wakhe, nempatho yezandla zomuntu iyakuvuzwa kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Umuntu uyasutha ngokuhle ngesithelo somlomo wakhe, nemisebenzi yezandla zomuntu iyabuyela kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Umuntu uyasutha ngokuhle okuyisithelo somlomo wakhe, nemisebenzi yezandla zakhe imlethela inzuzo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:14
19 Referans Kwoze  

Umuntu uyakudla okuhle ngesithelo somlomo wakhe, kepha umphefumulo wabaphambukayo uyakudla ubudlova.


Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakukudumisa ngezindebe ezithokozayo.


Umuntu uyathokoza ngempendulo yomlomo wakhe, nezwi elikhulunywe ngesikhathi salo, yeka ukuthi lihle kangakanani!


Ngokuba iNdodana yomuntu iyakuza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi zayo; khona-ke iyakuvuza yilowo nalowo ngesenzo sakhe.


wathi ukuthukwa kukaKristu kuyingcebo enkulu kunengcebo yaseGibithe, ngokuba wayebheke umvuzo.


Ngokuba uma izwi elakhulunywa ngezingelosi laqiniseka, nakho konke ukweqa nokungalaleli kuthola umvuzo ofanele;


Ngomsebenzi womuntu uyakubuyisela kuye, kube yilowo nalowo athole njengezindlela zakhe.


Ngakho bayakudla isithelo sendlela yabo, basuthe ngamacebo abo.


Oyisihlubuki enhliziyweni uyeneliswa zindlela zakhe, nomuntu omuhle uyeneliswa nguye.


Ohawukela ompofu uboleka uJehova; lalokho amnike khona uzakumbuyisela khona.


Uma nithi: Bheka, besingakwazi lokhu; Uyakucabangela lokho inhliziyo ekuzindlayo? ogcina umphefumulo wakho akakwazi na? futhi ngeke yini abuyisele kulowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe?


Futhi njengabantu kuyakuba khona njengabapristi, futhi ngiyobahambela ngenxa yezindlela zabo futhi ngibuyisele kubo izenzo zabo.


Omubi uyakuthatha ububi bakhe, aboshwe ngezintambo zezono zakhe.


Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.


Kepha ngiyakunihambela njengesithelo sezenzo zenu, usho uJehova; futhi ngiyobasa umlilo ehlathini lakhe, futhi uyoqothula konke okuzungezile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite