Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Olima umhlabathi wakhe uyosutha ngesinkwa;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Olima insimu yakhe uyakusutha ngokudla, kepha olandela amayiyane akanangqondo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Olima insimu yakhe uyodla asuthe, kodwa olandela amayiyane akanangqondo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:11
23 Referans Kwoze  

Olima umhlabathi wakhe uyakuba nesinkwa ngokuchichimayo;


Kuwo wonke umshikashika kukhona inzuzo, kepha ukukhuluma kwezindebe kukhombisa ukwehluleka.


Ngokuba uyakudla umsebenzi wezandla zakho; uzojabula, futhi uzophila.


Owebayo makangabe eseba, kodwa kunalokho makakhuthale, asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.


Asidlanga sinkwa samuntu mahhala; kodwa sisebenza ngokukhandleka nangomshikashiko ubusuku nemini, ukuze singabi mthwalo kunoma yimuphi kini.


Yekani iziwula niphile; uhambe ngendlela yokuqonda.


Lapho kungekho zinkomo, umkhombe uhlanzekile;


Bheka, phakathi kwabangenalwazi ngabona phakathi kwabasha insizwa engenangqondo.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


Ngesithukuthuku sobuso bakho uyakudla isinkwa uze ubuyele emhlabathini; ngoba nathathwa kuwo; ngokuba uluthuli, uyakubuyela othulini.


Kepha ophinga nowesifazane akaqondi; owenza lokhu uchitha umphefumulo wakhe.


Ongenalwazi makaphendukele lapha; futhi lowo ofuna ukuqonda uthi kuye:


Owesifazana oyisithutha uyaxokozela;


Angihlalanga nabantu abayize, futhi angiyikungena nabakhohlisi.


Bamnika amashekeli angamashumi ayisithupha esiliva endlini kaBali-bheriti, u-Abimeleki waqasha ngawo amadoda ayize, alulamileyo, amlandela.


Ababona okuyize zamanga bashiya umusa wabo.


Kumelwe ube nobisi lwezimbuzi olwanele ukudla kwakho, nokudla kwendlu yakho nokondla izincekukazi zakho.


Kukhona ukudla okuningi ekulimeni kwabampofu, kodwa kukhona okuchithwayo ngenxa yokuntuleka kokwahlulela.


Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uzasutha yisinkwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite