Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Olungileyo uyaqaphela ukuphila kwesilwane sakhe, kepha umusa wababi uyisihluku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Olungileyo uyakunaka ukuphila kwesilwane sakhe, kepha isihhe sababi silunya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Olungileyo uyayinakekela impilo yesilwane sakhe, kepha isihe sezikhohlakali siwulunya.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:10
13 Referans Kwoze  

Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula ukolweni.


Kepha onezinto zaleli zwe, bese ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele ububele bakhe kuye, uthando lukaNkulunkulu luhlala kanjani kuye na?


Owesifazane wathi kuye: “Nkosi, kawunalutho lokukha, nomthombo ujulile; uwathathephi lawo manzi aphilayo na?


Wayesethi u-Adoni-bezeki: “Amakhosi angamashumi ayisithupha neshumi ayenquma izithupha noqukula abutha phansi kwetafula lami; njengoba ngenzile, kanjalo uNkulunkulu ungibuyisele. Basebemyisa eJerusalema, wafela khona.


UNahashi wakwa-Amoni waphendula wathi kubo: “Ngalokho ngiyakwenza isivumelwano nani, ukuze ngikhiphe wonke amehlo enu okunene, ngiwabeke phezu kuka-Israyeli wonke abe yihlazo.


Ngokuba kulotshiwe emthethweni kaMose ukuthi: “Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula amabele. UNkulunkulu uyazinakekela izinkabi na?


Odelelwayo futhi onenceku ungcono kunozihloniphayo futhi entula isinkwa.


ngize ngifike nginiyise ezweni elinjengezwe lakini, izwe likakolweni nelewayini, izwe lesinkwa nezivini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite