Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Isithelo solungileyo singumuthi wokuphila; nozuza imiphefumulo uhlakaniphile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Isithelo solungileyo singumuthi wokuphila, nohlakaniphileyo uyazuza imiphefumulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Isithelo solungileyo singumuthi wokuphila, nohlakaniphileyo uyayizuza imiphefumulo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:30
13 Referans Kwoze  

Labahlakaniphileyo bayakukhanya njengokubenyezela komkhathi; nalabo abaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.


Mazi ukuthi obuyisa isoni ekudukeni kwendlela yaso uyakusindisa umphefumulo ekufeni, asibekele izono eziningi.


Wathi kubo: “Ngilandeleni, ngizanenza nibe ngabadobi babantu.


Ulimi olunempilo lungumuthi wokuphila, kepha ukuphamba kwalo kungukuphuka komoya.


Kungumuthi wokuphila kwabakubambayo, babusisiwe bonke abakubambayo.


Ngokuba liyini ithemba lethu, nokuthokoza, nomqhele wethu wokuzibonga na? Angithi nina phambi kweNkosi yethu uJesu Kristu ekufikeni kwayo na?


Ovunayo wemukela inkokhelo, abuthe isithelo ekuphileni okuphakade, ukuze ohlwanyelayo athokoze kanye novunayo.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila, ophakathi kwepharadesi likaNkulunkulu.


Basayothela izithelo nasebudaleni; bayakuba zikhuluphele, bopha;


Ababi bafisa inetha lababi, kepha impande yabalungileyo iyathela.


Ufakazi weqiniso usindisa imiphefumulo, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite