Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Umphefumulo ophanayo uyokhuluphala, noniselayo uyophuziswa yena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Umphefumulo ophanayo uyakukhuluphaliswa; ophuzisayo uyakuphuziswa naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Umuntu ophanayo uyakuceba; ophuzisa abanye amanzi uyakuphuziswa naye.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:25
13 Referans Kwoze  

Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


Kodwa abaphanayo bacabanga ngokuphana; futhi uyokuma ezintweni zokuphana.


Opha abampofu kayikuswela; kepha ovala amehlo akhe uyakuba neziqalekiso eziningi.


Lethani imibhede, nezitsha, nezimbiza zebumba, nokolweni, nebhali, nempuphu, nokolweni othosiwe, nobhontshisi, nodalili, namabele athosiweyo;


Dumisa uJehova ngempahla yakho nangolibo lwazo zonke izithelo zakho.


Ngakho iziphala zakho ziyakugcwala ngokuchichimayo, nezikhamo zakho zewayini zichichime ngewayini.


Kukhona ohlakazayo nokho anda; futhi kukhona ogodla okungaphezu kwalokho okudingekayo, kodwa kubhekise ebumpofu.


Ozidlayo uyavusa ukuxabana, kepha owethemba uJehova uyakhuluphaliswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite