Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Omubi wenza umsebenzi wenkohliso, kepha ohlwanyela ukulunga unomvuzo omisiwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Omubi uthola inzuzo yenkohliso, kepha ohlwanyela ukulunga unomvuzo oqinisekileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Isikhohlakali sizuza ngokukhohlisa, kepha ohlwanyela ukulunga unomvuzo weqiniso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:18
15 Referans Kwoze  

Omba umgodi uzakuwela kuwo; noma ngubani ophula uthango, inyoka izomluma.


Lesithelo sokulunga sihlanyelwa ekuthuleni kulabo abenza ukuthula.


Ohlwanyela ububi uyakuvuna okuyize, nenduku yolaka lwakhe iyophela.


Baqamekela igazi labo; bacathamela ukuphila kwabo ekusithekeni.


Omubi uyakuthatha ububi bakhe, aboshwe ngezintambo zezono zakhe.


ukuba nikhumule maqondana nenkambo yakuqala umuntu omdala, owonakala ngezinkanuko zenkohliso;


Ovunayo wemukela inkokhelo, abuthe isithelo ekuphileni okuphakade, ukuze ohlwanyelayo athokoze kanye novunayo.


Ngakho uNkulunkulu wabaphatha kahle ababelethisi, futhi abantu banda baba namandla kakhulu.


Umshikashika wolungileyo uholela ekuphileni, isithelo somubi siholela esonweni.


Inhliziyo yabo yahlukene phakathi; manje bayotholakala bentula; uyakuwadiliza ama-altare abo, achithe izithombe zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite