Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ongenakuhlakanipha uyadelela umakhelwane wakhe, kepha umuntu onengqondo uyazithulela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Odelela umakhelwane wakhe akanakuhlakanipha, kepha umuntu onengqondo uyazithulela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Umuntu owedelela umakhelwange wakhe akanakuhlakanipha, kodwa onengqondo uyazithulela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:12
15 Referans Kwoze  

owathi ethukwa, akaphindanga athuke; lapho ehlupheka, akasongelanga; kodwa wayezinikele kuye owahlulela ngokulunga.


Ebuningini bamazwi isono asintuli, kepha obamba izindebe zakhe uhlakaniphile.


Wasekhuluma lumfanekiso kwabathile ababezithemba ukuthi balungile, bedelela abanye;


NabaFarisi abahahayo bezwa konke lokho, bamklolodela.


Odelela umakhelwane wakhe uyona; kepha ohawukela abampofu, ubusisiwe.


Kodwa abantu bathula, kabamphendulanga ngalizwi, ngoba ilizwi lenkosi lalisithi: Lingamphenduli.


Kepha abantwana bakwaBeliyali bathi: “Lo uyakusisindisa kanjani na?” Futhi bamdelela, futhi abazange bamlethele izipho. Kodwa wathula.


Wayesethi uZebhule kuye: “Uphi manje umlomo wakho owasho ngawo ukuthi: ‘Ngubani u-Abimeleki ukuba simkhonze na?’ Akubona yini laba abantu enabadelela? phuma manje, ulwe nabo.


Kepha ophinga nowesifazane akaqondi; owenza lokhu uchitha umphefumulo wakhe.


Ngesibusiso sabaqotho umuzi uyaphakanyiswa, kodwa ngomlomo wababi uyachithwa.


Olahlwayo uyambula izimfihlakalo, kepha othembekile emoyeni uyayifihla indaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite