Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 10:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Obutha ehlobo ungumfana ohlakaniphileyo; kodwa olalayo ngesikhathi sokuvuna uyindodana yehlazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Obutha ehlobo uyindodana ehlakaniphileyo; olele ubuthongo ngesikhathi sokuvuna uyindodana ehlazisayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Obutha ehlobo uyindodana ehlakaniphileyo; olele ubuthongo ngesikhathi sokuvuna uyindodana ehlazisayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 10:5
10 Referans Kwoze  

yiphe ukudla ehlobo, uyilungisele ukudla ngesikhathi sokuvuna.


Izintuthwane ziyisizwe esingenamandla, kepha zilungisa ukudla kwazo ehlobo;


Ochitha uyise noxosha unina uyindodana ehlazisayo nesihlambayo.


Inceku ehlakaniphileyo iyobusa phezu kwendodana ehlazisayo, futhi iyoba nesabelo sefa phakathi kwabafowabo.


Umfazi olungileyo ungumqhele endodeni yakhe, kodwa onamahloni unjengokubola emathanjeni ayo.


Yana entuthwaneni, vila; bheka izindlela zayo, uhlakaniphe.


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Izibusiso zisekhanda lolungileyo, kodwa ubudlova busibekela umlomo wababi.


Kuvela utshani, kubonakale utshani obuthambile, nemifino yasezintabeni iyabuthwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite