Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 10:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ukumesaba uJehova kwandisa izinsuku, kepha iminyaka yababi iyafinyezwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Ukumesaba uJehova kuyandisa izinsuku, kepha iminyaka yababi iyancishiswa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Ukwesaba uSimakade kwandisa izinsuku, kodwa iminyaka yezikhohlakali iyancishiswa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 10:27
16 Referans Kwoze  

Ngokuba ngaMi izinsuku zakho ziyakuba-ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwandiswa.


Ngoba iyakwenezela kuwe ubude bezinsuku, nokuphila, nokuthula.


Ngizomanelisa ngezinsuku ezinde futhi ngimenze abone insindiso yami.


Ungabi mubi kakhulu, ungabi-yiziwula; ubuyakufelani isikhathi sakho singakafiki na?


Wacela ukuphila kuwe, wamnika kona, ubude bezinsuku kuze kube phakade.


Ubude bezinsuku busesandleni sabo sokunene; nasesandleni sakhe sokhohlo ingcebo nodumo.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Kodwa uNkulunkulu wathi kuye: Siphukuphuku, ngalobubusuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe;


Njengentende ehlezi phezu kwamaqanda, ingawachanyuseli; kanjalo ozuza ingcebo kungengenxa yokulunga uyakuyishiya phakathi kwezinsuku zakhe, abe yisiwula ekugcineni.


ukuze nandise izinsuku ezweni uJehova alithembisa oyihlo ngesifungo ukulinika bona nenzalo yabo, izwe elichichima ubisi nezinyosi.


Ukumesaba uJehova kungumthombo wokuphila, ukuze kudeke ezingibeni zokufa.


Ohamba ngobuqotho uyakusindiswa; kepha omubi ezindleleni zakhe uyakuwa masinyane.


Ukufakaza ukuthi uJehova uqotho: uyidwala lami, akukho ukungalungi kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite