Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 10:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ofihla inzondo unezindebe zamanga, nohlebayo uyisiwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ofihla inzondo unezindebe zamanga; ophumisa inhlebo uyisiwula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ofihla inzondo unezindebe zamanga; odalula umbiko omubi uyisiwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 10:18
18 Referans Kwoze  

Amazwi omlomo wakhe abushelelezi kunebhotela, kepha inhliziyo yakhe yayilwa; amazwi akhe ayethambile kunamafutha, nokho ayeyizinkemba ezihoshiwe.


Lowo ongaphindiseli ngolimi lwakhe, angalimazi umakhelwane wakhe, angamhlambalazi umakhelwane wakhe.


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamthathela eceleni esangweni ukuba akhulume naye ngasese, wamgwaza lapho esiswini, wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Ohleba umakhelwane wakhe ngasese, yena ngiyakumnquma; lowo oziphakamisayo nenhliziyo ezidlayo, ngeke ngihlupheke.


Uhlezi ukhulume ngomfowenu; uhleba indodana kanyoko.


Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.


Ngokuba akukho ukuthembeka emlonyeni wabo; ingaphakathi labo libi kakhulu; umphimbo wabo uyingcwaba elivulekileyo; bayathopha ngolimi lwabo.


USawule wamesaba kakhulu uDavide; uSawule waba yisitha sikaDavide kulo lonke.


Ungasakazi amahemuhemu; ungahlanganisi izandla nomubi ukuba ube ngufakazi ongalungile.


Qaphelani, kube yilowo nalowo komakhelwane bakhe, ningethembi kumfowabo, ngokuba yilowo nalowo abafowabo bayakucindezela nokuqothula, nabo bonke umakhelwane bahambe behleba.


Ungahlebi phakathi kwabantu bakini, ungamelani legazi lomakhelwane wakho; nginguJehova.


Bonke bangabahlengi abanonya, abahamba ngokuhlambalaza; bayithusi nensimbi; bonke bakhohlakele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite