Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 10:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Inzondo izala ukuxabana, kodwa uthando lusibekela zonke izono.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Inzondo iyabanga ukuxabana, kepha uthando luyasibekela iziphambeko zonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Inzondo ibanga ingxabano, kodwa uthando lusibekela zonke iziphambeko.

Gade chapit la Kopi




IzAga 10:12
10 Referans Kwoze  

Phezu kwakho konke yibani nothando oluvuthayo phakathi kwenu, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono.


Osibekela isiphambeko ufuna uthando; kepha ophinda indaba wehlukanisa abangane abaningi.


Umuntu onolaka uvusa ukuxabana, kepha obhekayo uthulisa ingxabano.


Mazi ukuthi obuyisa isoni ekudukeni kwendlela yaso uyakusindisa umphefumulo ekufeni, asibekele izono eziningi.


Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Aziphumi yini lapha ezinkanukweni zenu ezilwa ezithweni zenu na?


Ozidlayo uyavusa ukuxabana, kepha owethemba uJehova uyakhuluphaliswa.


Umuntu omubi umba okubi, ezindebeni zakhe kukhona njengomlilo ovuthayo.


Umuntu onolaka uvusa ukuxabana, nomuntu onolaka uvame ukuphambuka.


Impela, ukuphehla ubisi kuveza ibhotela, nokusonteka kwekhala kuveza igazi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite