Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 10:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha ubudlova busibekela umlomo wababi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha umlomo wababi ufihla ubudlwangudlwangu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha umlomo wezikhohlakali ufihla ubudlova.

Gade chapit la Kopi




IzAga 10:11
15 Referans Kwoze  

Umthetho wohlakaniphileyo ungumthombo wokuphila, ukuze kusukwe ezingibeni zokufa.


Izibusiso zisekhanda lolungileyo, kodwa ubudlova busibekela umlomo wababi.


Amazwi omlomo womuntu anjengamanzi ajulileyo, nomthombo wokuhlakanipha njengomfula ogobhozayo.


Makungaphumi nkulumo eyonakele emlonyeni wenu, kodwa kube kuhle kube kuhle kube nokwakhayo, ukuze kube umusa kwabezwayo.


Kukhona igolide namarubi amaningi, kepha izindebe zolwazi ziwumhlobiso oyigugu.


Izindebe zabahlakaniphileyo zisakaza ukwazi, kepha inhliziyo yeziwula ayikwenzi lokho.


Izindebe zolungileyo ziyakwazi okuthokozisayo, kodwa umlomo wababi ukhuluma amanga.


Abalungileyo bazakubona bathokoze, labo bonke ububi buyavala umlomo wabo.


Ulimi olunempilo lungumuthi wokuphila, kepha ukuphamba kwalo kungukuphuka komoya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite