Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyise, kepha indodana eyisiwula ilusizi kunina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo iyamthokozisa uyise, kodwa eyisiwula, iwusizi kunina.

Gade chapit la Kopi




IzAga 10:1
16 Referans Kwoze  

Amazwi kaSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli;


Othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise; kepha ohamba nezifebe uchitha impahla yakhe.


Indodana eyisiwula ilusizi kuyise, nomunyu koyizalayo.


Uswazi lokusola kuyanika ukuhlakanipha, kodwa umntwana osele yedwa uhlazisa unina.


Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha umuntu oyisiwula uyadelela unina.


Ozala isiwula wenzela usizi lwakhe, noyise wesiwula akathokozi.


Indodana eyisiwula iyinkathazo kayise, nokuxabana kowesifazane kungumchilo oqhubekayo.


Futhi phezu kwalokho, ngenxa yokuthi umshumayeli wayehlakaniphile, waqhubeka efundisa abantu ulwazi; yebo, wacabangisisa, waphenya, walungisa amazwi amaningi.


Ngubani owaziyo ukuthi uyakuba-hlakaniphile noma isiwula na? nokho uyakubusa phezu kwawo wonke umshikashika wami engiwushikashikashikayo nengihlakaniphe ngawo phansi kwelanga. Nalokhu kuyize.


Lezi ziyizaga zikaSolomoni ezalotshwa ngamadoda kaHezekiya inkosi yakwaJuda.


Wakhuluma izaga eziyizinkulungwane ezintathu, izingoma zakhe zaziyinkulungwane nanhlanu.


Indodana ehlakaniphileyo ilalela ukulaya kukayise, kepha isideleli asikuzwa ukusolwa.


Ndodana yami, hlakanipha, wenze inhliziyo yami ijabule, ukuze ngiphendule ongithukayo.


Lungisa indodana yakho, iyakukuphumuza; yebo, uyakuthokozisa umphefumulo wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite