Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kepha ongilalelayo uyakuhlala elondekile, athule ekwesabeni okubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Kepha ongilalelayo uyakuhlala elondekile, agcineke, angabi naluvalo ngokubi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Kodwa lowo ongilalelayo uyohlala ephephile, angabi naluvalo lokwehlelwa ngokubi.”

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:33
22 Referans Kwoze  

Uzamlondoloza omicabango yakhe ihlezi phezu kwakho ngokuthula okupheleleyo, ngoba uthembele kuwe.


Kepha nxa nizwa ngezimpi neziyaluyalu, ningethuki; kepha ukuphela akusikho masinyane.


Ekumesabeni uJehova kukhona ithemba elinamandla, nabantwana bakhe bayakuba nesiphephelo.


Ngokuba ngaMi izinsuku zakho ziyakuba-ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwandiswa.


Ekubekezeleni kwenu niyazuza imiphefumulo yenu.


Sengathi abantu bami bebengilalela, u-Israyeli ahambe ezindleleni zami!


Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.


Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.


Khothamani nize kimi; lalelani, umphefumulo wenu uphile; ngiyakwenza nani isivumelwano esiphakade, izihe eziqinile zikaDavide.


O, ukube ubuyilalele imiyalo yami! ukuthula kwakho kwaba njengomfula, nokulunga kwakho njengamagagasi olwandle;


Akukho okubi okuyokwehlela olungileyo, kepha ababi bayogcwala ububi.


Noma isoni senza okubi izikhathi eziyikhulu, izinsuku zaso zande, nokho ngiyazi ukuthi kuyakuba kuhle kwabamesabayo uNkulunkulu, abamesabayo;


Ngalokho anozenza izimiso zami, nigcine izahlulelo zami, nizenze; futhi niyohlala nilondekile ezweni.


Izwe liyothela isithelo salo, nidle, nisuthe, nihlale kulo ngokulondeka.


Uma belalela futhi bemkhonza, bayochitha izinsuku zabo ebuhleni neminyaka yabo ebumnandini.


Futhi umsebenzi wokulunga uyoba ukuthula; kanye nemiphumela yobulungisa ukuthula nesiqiniseko kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite