Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Sizathola zonke izinto eziligugu, sizagcwalisa izindlu zethu ngempango.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 yonke impahla eyigugu siyakuyifumana, sigcwalise izindlu zethu ngempango;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Siyozitholela yonke ingcebo eyigugu, sigcwalise izindlu zethu ngempango,

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:13
14 Referans Kwoze  

Wathi kubo: Qaphelani, nixwaye ukuhaha, ngokuba ukuphila komuntu akumi echichimeni lempahla yakhe.


Inkazimulo yale ndlu yokugcina iyakuba nkulu kuneyokuqala,” usho uJehova Sebawoti; kulendawo ngizanika ukuthula,” kutsho uJehova uSomandla.


Ingonyama idwengule izicucu okwanele amawundlu ayo, iklimele izingonyamakazi zayo, igcwalise imigodi yayo ngempango, nemihume yayo ngemifantu.


Zinjalo izindlela zabo bonke abazuzayo; ethatha impilo yabanikazi bayo.


Masibashwabadele bephila njengethuna; futhi bephelele njengabehlela egodini;


Yenza inkatho yakho phakathi kwethu; sonke masibe nesikhwama semali sinye.


Kungcono ukuthobeka kanye labathobekileyo kulokuhlanganyela impango labaziqhenyayo.


Lazisani ezindlini zobukhosi zase-Ashidodi nasezindlini zamakhosi ezweni laseGibithe, nithi: ‘Buthanani ezintabeni zaseSamariya, nibone isiyaluyalu esiphakathi kwabo nabacindezelweyo phakathi kwabo.


Ngokuba abakwazi ukwenza okulungile, usho uJehova, oqongelela ubudlova nokuphanga ezindlini zabo zamakhosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite