Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 1:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Amazwi kaSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nazi izaga zika Solomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Lezi yizaga zikaSolomoni, indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




IzAga 1:1
14 Referans Kwoze  

Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.


Bheka, uyakuzalelwa indodana eyakuba ngumuntu wokuthula; ngiyakumnika ukuphumula ezitheni zakhe nxazonke, ngokuba igama lakhe liyakuba nguSolomoni, nginike u-Israyeli ukuthula nokuzola ezinsukwini zakhe.


Amazwi oMshumayeli, indodana kaDavide, inkosi yaseJerusalema.


Lezi ziyizaga zikaSolomoni ezalotshwa ngamadoda kaHezekiya inkosi yakwaJuda.


Kuwo wonke amadodana ami, ngokuba uJehova wangipha amadodana amaningi, wakhetha uSolomoni indodana yami ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sombuso kaJehova kwa-Israyeli.


USolomoni wayesehlala esihlalweni sobukhosi sikayise uDavide; umbuso wakhe waqiniswa kakhulu.


Futhi phezu kwalokho, ngenxa yokuthi umshumayeli wayehlakaniphile, waqhubeka efundisa abantu ulwazi; yebo, wacabangisisa, waphenya, walungisa amazwi amaningi.


Wafa esemdala, esanelisiwe yizinsuku nengcebo nodumo; uSolomoni indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


“Lezizinto ngizikhulume kini ngemifanekiso;


UJehova wamnika uSolomoni ukuhlakanipha njengokumthembisa kwakhe, kwaba khona ukuthula phakathi kukaHiramu noSolomoni; benza isivumelwano bobabili.


USolomoni wayesehlala esihlalweni sobukhosi sikaJehova njengenkosi esikhundleni sikaDavide uyise, waba nenhlanhla; wonke u-Israyeli wamlalela.


ukuze nginazise isiqiniseko samazwi eqiniso; ukuze uphendule amazwi eqiniso kulabo abakuthumayo?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite