Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Abadlile kahle bangamaganga ezitaladini;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Abakade bedla okumnandi sebechithakele ezitaladini. Ababekhuliswa ngokububende sebesingatha izala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Labo abebekade bedla okumnandi, sebeyimizulane emigwaqweni. Labo ababekhuliswe ngokububende, manje sebelala ezaleni.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 4:5
17 Referans Kwoze  

Kwakukhona umuntu othile onothileyo, owayegqoka ezibubende nezelineni elicolekileyo, ezijabulisa imihla ngemihla etamasa.


Wayesefisa ukugcwalisa isisu sakhe ngamakhoba adliwa yizingulube, kepha kwakungekho muntu owamnikayo.


Kepha ophila ekuzijabuliseni ufile esekhona.


Kodwa naphumela ukuyabonani na? Umuntu owembethe ingubo ethambileyo na? Bhekani, abembethe eziwubukhazikhazi, bephila kamnandi, basezindlini zamakhosi.


Akesabi iqhwa endlini yakhe, ngokuba yonke indlu yakhe yembethe izindwangu ezibomvu.


Madodakazi akwa-Israyeli, mkhaleleni uSawule, owanigqokisa okubomvu nezinye izibiliboco, owafaka imihlobiso yegolide engutsheni yenu.


Bamanziswe yimvula yezintaba, bagone idwala ngenxa yokuswela indawo yokukhosela.


Kodwa induna yathi kubo: Inkosi yami ingithumile yini enkosini yenu lakuwe ukukhuluma lamazwi? Akangithumanga yini kubantu abahlezi phezu komduli ukuba badle ubulongwe bawo, baphuze umchamo wabo kanye nani?


Bonke abantu bakhe bayabubula, bafuna isinkwa; babanika okumnandi njengokudla kokunciphisa umphefumulo; bheka, Jehova, unake; ngoba sengikhohlakele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite