Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 4:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ulimi lomunya lunamathela olwangeni lwakhe ngokoma; abantwana abancane bacela isinkwa, futhi akakho osihlephulayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ulimi loncelayo lunamathela olwangeni lwakhe ngokoma. Izingane zicela isinkwa, kepha akakho ozihlephulelayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ulimi lomntwana oncelayo lunamathela olwangeni ngenxa yokoma. Izingane zicela isinkwa, kodwa akekho ozihlephulelayo.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 4:4
12 Referans Kwoze  

Amandla ami omile njengodoti lombumbi; ulimi lwami lunamathele emhlathini wami; wangingenisa othulini lokufa.


Bonke abantu bakhe bayabubula, bafuna isinkwa; babanika okumnandi njengokudla kokunciphisa umphefumulo; bheka, Jehova, unake; ngoba sengikhohlakele.


Uma ngingakunaki, ulimi lwami malunamathele olwangeni lwami; uma ngingalikhethi iJerusalema ngaphezu kwentokozo yami enkulu.


Bayakushiswa yindlala, baqedwe ukushisa okushisayo nencithakalo ebabayo; ngiyakubathumelela amazinyo ezilwane, kanye nesihlungu sezinyoka zothuli.


Le lona lerole la motse wa lona le kgomaretseng rona re le hlohlorela hodima lona;


Ngalokho uyakuzikhonza izitha zakho uJehova ayakuzithuma kini, ngendlala, nangokoma, nangobuze, nangokuswela konke; iyakubeka ijoka lensimbi entanyeni yakho ize ikuchithe.


Abakhulu babo bathuma abancane babo emanzini; bafika emigodini, abafumananga manzi; babuya nezimbiza zabo zingenalutho; baba namahloni, bajabha, bamboza amakhanda abo.


Kodwa induna yathi kubo: Inkosi yami ingithumile yini enkosini yenu lakuwe ukukhuluma lamazwi? Akangithumanga yini kubantu abahlezi phezu komduli ukuba badle ubulongwe bawo, baphuze umchamo wabo kanye nani?


Ngosuku lwesishiyagalolunye lwenyanga yesine indlala yaba namandla emzini, kwakungekho sinkwa kubantu bezwe.


Kungakho abantu bami baya ekudingisweni, ngokuba bengenalwazi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite