Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 4:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Bazulazula njengezimpumputhe ezitaladini, bazingcolisa ngegazi, ukuze abantu bangabe besathinta izingubo zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Bazulazula njengezimpumputhe ezitaladini, bengcolile ngegazi ngangokuba zazingenakuthintwa izingubo zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Babephuphutheka, bezulazula emigwaqweni, bengcoliswe yigazi ngangokuthi akekho owayengathinta izingubo zabo.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 4:14
15 Referans Kwoze  

Esigqebheni sakho kwafunyanwa igazi lemiphefumulo yabampofu abangenacala;


Abalindi bakhe bayizimpumputhe, bonke abanalwazi, bonke bayizinja eziyizimungulu, azikwazi ukukhonkotha; lala, qamba amanga, uthanda ukulala.


Uma nelula izandla zenu, ngiyakuwafihla amehlo ami kini; yebo, uma nikhuleka kakhulu, angiyikuzwa; izandla zakho zigcwele igazi.


Noma yimuphi othinta endle obulewe ngenkemba, noma ofileyo noma ithambo lomuntu noma ithuna, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


Benziwe mnyama ukuqonda, behlukanisiwe nokuphila kukaNkulunkulu ngokungazi okukubo, ngenxa yobumpumputhe benhliziyo yabo;


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Ngokuthuka, nokuqamba amanga, nokubulala, nokweba, nokuphinga, bayafohla, igazi lithinta igazi.


Ngakho-ke aniyikungcolisa izwe enikulo, ngokuba igazi liyangcolisa izwe; nezwe alinakuhlanjululwa egazini elichithwa kulo, kuphela ngegazi lalowo olichithile.


Kwathi uJeremiya eseqedile ukukhuluma konke uJehova amyale ngakho ukuthi akukhulume ebantwini bonke, abapristi labaprofethi labantu bonke bamthatha bathi: Uzakufa lokufa.


Futhi amadoda alungile, ayobahlulela ngokwendlela yeziphingi nangokwendlela yabesifazane abachitha igazi; ngoba bayiziphingi, legazi lisesandleni sabo.


Ngiyakwehlisela abantu usizi ukuba bahambe njengezimpumputhe, ngokuba bonile kuJehova; igazi labo liyakuchithwa njengothuli, nenyama yabo njengomquba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite