Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:61 - Contemporary Zulu Bible 2024

61 Uzwile ihlazo labo, Jehova, nawo onke amacebo abo ngami;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 Uyezwa inhlamba yabo, Jehova, nawo onke amacebo abo ngami,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

61 Uyizwile yonke inhlamba abangethuke ngayo, Simakade, nozungu abangakhele lona.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:61
6 Referans Kwoze  

Khumbula, Jehova, esehlele; qaphela, ubone ihlazo lethu.


Ngikuzwile ukuthukwa kukaMowabi nokuhlambalaza kwabantwana bakwa-Amoni, abahlambalaze ngakho abantu bami, baziphakamisa phezu kwemikhawulo yabo.


Cabanga, Nkosi, ngokuthukwa kwezinceku zakho; ngingakuthwala kanjani ukuthukwa kwabo bonke abantu abanamandla esifubeni sami;


Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.


Unika isihlathi sakhe komshayayo; ugcwele ihlazo.


Kepha wena Jehova, uyawazi wonke amasu abo okungibulala; ungathetheleli ububi babo, ungasusi isono sabo ebusweni bakho, kodwa mabaphenduke phambi kwakho; yenza kanjalo kubo ngesikhathi solaka lwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite