Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:53 - Contemporary Zulu Bible 2024

53 Banquma ukuphila kwami emgodini, bangijikijela ngetshe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Banqume ukuphila kwami emgodini, bangiphonsa ngetshe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

53 Bangiphonse emgodini, bawugcika ngamatshe.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:53
9 Referans Kwoze  

Kwalethwa itshe, labekwa phezu komgodi womgodi; inkosi yayisinamathelisa ngendandatho yayo yophawu nangendandatho yophawu lwezikhulu zayo; ukuze kungaguqulwa inhloso ngoDaniyeli.


Nkosi yami, nkosi, laba bantu benza okubi kukho konke abakwenzayo kuJeremiya umprofethi, amphonsa emthonjeni; futhi unjengobulawa indlala endaweni akhona, ngoba akusekho sinkwa emzini.


Base bemthatha uJeremiya, bamphonsa emthonjeni kaMalikhiya indodana yenkosi, owawusegcekeni letilongo; bamehlisa uJeremiya ngezindophi. Emthonjeni kwakungekho manzi, kodwa udaka; ngakho uJeremiya wacwila odakeni.


Lapho uJeremiya engena emthonjeni nasezindlini zamakamelo, uJeremiya ehlala khona izinsuku eziningi;


Bahamba-ke, baligcina ithuna, bebeka uphawu etsheni, nabalindi.


Wawubeka ethuneni lakhe elisha abeligubhe edwaleni, wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wamuka.


Ngakho-ke, lalela, nkosi yami, nkosi; ukunxusa kwami makwamukeleke emehlweni akho; ukuze ungangivumeli ngibuyele endlini kaJonathani umbhali, ukuze ngingafele khona.


UJona wakhuleka kuJehova uNkulunkulu wakhe esesiswini senhlanzi:


Inkosi yayisingena endlini yayo, yachitha ubusuku izila ukudla; alethwanga izinsimbi zomculo phambi kwakhe, ubuthongo bakhe bamuka kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite