IsiLilo 3:39 - Contemporary Zulu Bible 202439 Kungani umuntu ophilayo, umuntu ekhononda ngokujeziswa kwezono zakhe? Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Ukhononelani umuntu ophilayo, umuntu ojeziswa ngezono zakhe, na? Gade chapit laIsiZulu 202039 Kungani ukuba umuntu akhononde ngempilo yakhe na? Makakhononde ngezono zakhe. Gade chapit la |
Kepha u-Elisha wayehlezi endlini yakhe, namalunga ehlezi naye; Inkosi yasithuma indoda phambi kwayo, kodwa ingakafiki kuye isithunywa, yathi kubadala: Liyabona yini ukuthi lendodana yombulali ithume ukususa ikhanda lami? Bhekani, lapho isithunywa sifika, nivale umnyango, nisigcine emnyango. Ingabe umsindo wezinyawo zenkosi yakhe awukho ngemva kwakhe?