Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Mina ngingumuntu owabona usizi ngentonga yolaka lwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngingumuntu obone ukuhlupheka ngentonga yentukuthelo yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngingumuntu ohlupheke kakhulu, uNkulunkulu ungijezisile ngentukuthelo yakhe.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:1
12 Referans Kwoze  

Ulaka lwakho luyangisinda, ungichobozile ngamadlambi akho onke. Sela.


Ngihawukele, ngihawukele, bangane bami! ngoba isandla sikaNkulunkulu singithintile.


Base bemthatha uJeremiya, bamphonsa emthonjeni kaMalikhiya indodana yenkosi, owawusegcekeni letilongo; bamehlisa uJeremiya ngezindophi. Emthonjeni kwakungekho manzi, kodwa udaka; ngakho uJeremiya wacwila odakeni.


Udelelekile, waliwa ngabantu; umuntu wosizi nojwayelene nosizi; futhi samfihlela ubuso bethu njengokungathi; wayedelelekile, futhi asizange simhloniphe.


Wena ongenze ngabona izinhlupheko ezinkulu nezibuhlungu, uyakungiphilisa, ungikhuphule ekujuleni komhlaba.


amadoda, nabesifazane, nabantwana, namadodakazi enkosi, nabo bonke abantu uNebuzaradani induna yabalindi, noGedaliya, indodana ka-Ahikamu, indodana kaShafani, noJeremiya umprofethi, noBaruki, indodana kaNeriya, abashiya ngemuva.


Izinsuku zami zinjengethunzi eliwayo; ngabuna njengotshani.


Ngokuba ngidabukile ngokuhlushwa kwendodakazi yabantu bami; Ngimnyama; ukumangala kungibambe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite