IsAmbulo 4:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Futhi lapho lezo zilwane zinika inkazimulo nodumo nokubonga kuye ohlezi esihlalweni sobukhosi, ophilayo kuze kube phakade naphakade. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Kuthi lapho izidalwa zimnika inkazimulo nodumo nokubonga ohlezi esihlalweni sobukhosi, yena ophilayo kuze kube phakade naphakade, Gade chapit laIsiZulu 20209 Kwakuthi lapho izidalwa zimdumisa zimbonga ohleli esihlalweni sobukhosi, Yena ophilayo kuze kube phakade naphakade, Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible9 Futhi lapho lezo zilwane zinika inkazimulo nodumo nokubonga kuye ohlezi esihlalweni sobukhosi, ophilayo kuze kube phakade naphakade. Gade chapit la |
Ngase ngizwa ukuthi indoda eyembethe ilineni, eyayiphezu kwamanzi omfula, yaphakamisela ezulwini isandla sayo sokunene nesokhohlo, yafunga yena ophilayo kuze kube phakade ukuthi okwesikhathi, nezikhathi, nengxenye; futhi lapho eseqedile ukuhlakaza amandla abantu abangcwele, zonke lezi zinto ziyofezeka.