Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 21:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngase ngizwa izwi elikhulu livela ezulwini, lithi: Bheka, itabernakele likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, yena uNkulunkulu abe nabo, abe nguNkulunkulu wabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngase ngizwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Bheka, itabernakele* likaNkulunkulu likubantu; uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, yena uNkulunkulu abe nabo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngase ngizwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Ithabanakeli likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, Yena abe nguNkulunkulu wabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngase ngizwa izwi elikhulu livela ezulwini, lithi: Bheka, itabernakele likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, yena uNkulunkulu abe nabo, abe nguNkulunkulu wabo.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 21:3
29 Referans Kwoze  

Itabernakele lami liyakuba nabo; yebo, ngizakuba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.


Futhi linakuvumelana kuni ithempeli likaNkulunkulu nezithombe na? ngokuba nina niyithempeli likaNkulunkulu ophilayo; njengalokhu uNkulunkulu eshilo ukuthi: Ngiyakuhlala phakathi kwabo, ngihambe phakathi kwabo; ngizakuba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.


UJesu waphendula wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina amazwi ami, noBaba uyakumthanda;


Ngiyakubaletha, bahlale phakathi kweJerusalema; futhi bayoba abantu bami, futhi ngiyoba nguNkulunkulu wabo ngokwethembeka nangobulungisa.


Ngokuba yilesi isivumelwano engiyakusenza nendlu ka-Israyeli emva kwalezo zinsuku, isho iNkosi; Ngiyakufaka imithetho yami engqondweni yabo, ngiyilobe ezinhliziyweni zabo, ngibe nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.


Kodwa yilesi isivumelwano engizasenza lendlu kaIsrayeli; Emva kwalezo zinsuku, usho uJehova, ngiyakubanikeza umthetho wami phakathi kwabo, ngiwulobe enhliziyweni yabo; futhi bayoba nguNkulunkulu kubo, futhi bayoba abantu Kimi.


Kepha manje bafuna izwe elingcono, okungukuthi elasezulwini; ngalokho uNkulunkulu akanamahloni ukubizwa ngokuthi unguNkulunkulu wabo, ngokuba ubalungisele umuzi.


Ngizadabula inxenye yesithathu emlilweni, zincibilike njengokucwengisiswa kwesiliva, ngizihlole njengokuvivinywa kwegolide; bayakubiza igama lami, ngibazwe; ngiyakuthi: Laba bayizingelosi. Abantu bami: futhi bayakuthi: UJehova unguNkulunkulu wami.


Bazakuba ngabantu bami, lami ngibe nguNkulunkulu wabo.


Ngakho-ke baphambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu, bemkhonza imini nobusuku ethempelini lakhe; ohlezi esihlalweni sobukhosi uyakuhlala phakathi kwabo.


Njalo ngizakuba nguYihlo, lina lizakuba ngamadodana lamadodakazi ami, itsho iNkosi uSomandla.


Onqobayo uyakudla ifa lakho konke; ngiyakuba nguNkulunkulu wayo, yona ibe yindodana yami.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Memeza ujabule, wena owakhileyo eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli ophakathi kwakho.


Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: Manje isifikile insindiso, namandla, nombuso kaNkulunkulu wethu, namandla kaKristu wakhe; ebusuku.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, indawo yesihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho engiyohlala khona kuze kube phakade phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, negama lami elingcwele aliyikuyingcolisa indlu ka-Israyeli. Israyeli futhi. Namakhosi abo ngobufebe babo nangezidumbu zamakhosi abo ezindaweni zabo eziphakemeyo.


Kodwa ingabe uNkulunkulu uzophila ngempela emhlabeni? bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo?


Kodwa ingabe ngempela uNkulunkulu uyohlala nabantu emhlabeni? bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo!


Izwi engalizwa ezulwini labuye lakhuluma kimi, lathi: “Hamba uthathe incwadi encane evuliwe esandleni sengelosi emi phezu kolwandle nasemhlabeni.


Kwathi imidumo eyisikhombisa isikhulume amazwi ayo, ngase ngizakuloba, ngezwa ilizwi livela ezulwini lithi kimi: Vala ngophawu lokho okushiwo yimidumo eyisikhombisa, ungakulobi.


Bangenzele indlu engcwele; ukuze ngihlale phakathi kwabo.


Ngiyakuhlala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, ngibe nguNkulunkulu kubo.


Kungaba yizilinganiso eziyizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili, igama lomuzi kusukela ngalolo suku lithi: UJehova ukhona.


Kepha uNkulunkulu uqobo noBaba wethu, neNkosi yethu uJesu Kristu, makayiqondise indlela yethu yokuza kini.


Isikhonzi sendlu engcwele, nesetabernakele eliqinisileyo elamiswa yiNkosi, kungengamuntu.


Akusayikuba-khona isiqalekiso, kepha isihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu neseWundlu siyakuba kuwo; nezinceku zakhe ziyakumkhonza;


Kwakunjalo ngaso sonke isikhathi: ifu lalisibekela emini kanye nomlilo ebusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite