Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 19:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wayembethe ingubo ecwiliswe egazini, negama lakhe ubizwa ngokuthi nguLizwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 wembethe ingubo efafazwe ngegazi; igama lakhe nguLizwi kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Wayembethe ingubo ecwiliswe egazini; igama lakhe nguLizwi kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wayembethe ingubo ecwiliswe egazini, negama lakhe ubizwa ngokuthi nguLizwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 19:13
9 Referans Kwoze  

Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Olungileyo uyakuthokoza lapho ebona impindiselo; uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi.


Isikhamo sanyathelwa ngaphandle komuzi, kwaphuma igazi esikhamweni sewayini laze lafika ematomini amahhashi, lihamba amastadiyu ayinkulungwane namakhulu ayisithupha.


Lokho okwakukhona kwasekuqaleni, esikuzwileyo, esikubonile ngamehlo ethu, esikubhekile, nezandla zethu zakuphatha, okweZwi lokuphila;


Ngokuba konke ukulwa kweqhawe kunomsindo ophithizelayo, nezingubo ezigingqelwe egazini; kodwa kuyakuba ngumlilo nezinkuni zomlilo.


Ngokuba bathathu abafakazayo ezulwini, uYise, noLizwi, noMoya oNgcwele; futhi laba abathathu bamunye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite