Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 18:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba izono zalo zifinyelele ezulwini, noNkulunkulu ukhumbulile ukungalungi kwalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ngokuba izono zalo zifinyelele ezulwini, noNkulunkulu wakhumbula ukungalungi kwalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngokuba izono zalo sezifinyelele ezulwini, noNkulunkulu wakhumbula ukungalungi kwalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngokuba izono zalo zifinyelele ezulwini, noNkulunkulu ukhumbulile ukungalungi kwalo.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 18:5
6 Referans Kwoze  

ngathi: “O Nkulunkulu wami, nginamahloni, nginamahloni ukuphakamisa ubuso bami kuwe, Nkulunkulu wami, ngokuba iziphambeko zethu zandile phezu kwamakhanda ethu, neziphambeko zethu zikhule zaze zafika ezulwini.


Umuzi omkhulu wahlukaniswa waba izingxenye ezintathu, nemizi yezizwe yawa, neBabiloni elikhulu lakhunjulwa phambi kukaNkulunkulu, ukuba alinike indebe yewayini lolaka lolaka lwakhe.


Besiyakuphulukisa iBabele, kepha aliphulukisanga; mshiyeni, sihambe, yilowo nalowo aye ezweni lakubo, ngokuba ukwahlulelwa kwalo kufinyelele ezulwini, kukhuphukele ezulwini.


Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze ngawo; ngoba ububi babo bukhuphukele phambi kwami.


Kepha kwakukhona umprofethi kaJehova ogama lakhe lingu-Odedi; waphuma phambi kwempi eyafika eSamariya, wathi kuyo: “Bhekani, ngokuba uJehova uNkulunkulu wawoyihlo wayethukuthelele uJuda, wabanikela esandleni senu, nababulala ngokufutheka kwenu ifinyelela ezulwini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite