Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma kukhona ofuna ukuwonakalisa, kuphuma umlilo emlonyeni wawo, uqede izitha zawo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uma kukhona ofuna ukona laba, kuphuma umlilo emlonyeni wabo, udle izitha zabo, uziqede; yebo, uma kukhona ofuna ukona laba, kumelwe ukuba abulawe kanjalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Uma kukhona ofuna ukubenzakalisa laba, kuphuma umlilo emilonyeni yabo, ubhubhise izitha zabo. Yebo, uma kukhona ofuna ukubalimaza, kufanele ukuba abulawe kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Uma kukhona ofuna ukuwonakalisa, kuphuma umlilo emlonyeni wawo, uqede izitha zawo;

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 11:5
13 Referans Kwoze  

Ngalokho usho kanje uJehova uNkulunkulu Sebawoti, uthi: “Ngokuba nikhuluma leli zwi, bhekani, ngiyakwenza amazwi ami abe umlilo emlonyeni wakho, nalaba bantu babe yizinkuni, ubaqede.


Ngakho ngababulala ngabaprofethi; Ngibabulele ngamazwi omlomo wami, nezahlulelo zakho zinjengokukhanya okuphumayo.


Kodwa ngobulungisa iyokwahlulela abampofu futhi isole abathobekileyo bomhlaba ngobuqotho; futhi uyoshaya umhlaba ngentonga yomlomo wakhe, futhi ngomoya wezindebe zakhe uyobulala ababi.


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ngemva kwenkazimulo wangithuma ezizweni enaziphanga; ngokuba othinta nina uthinta inhlamvu yeso lakhe.


Bheka, ngikumisile namuhla phezu kwezizwe naphezu kwemibuso ukuba usiphule, udilize, uchithe, udilize, wakhe, utshale.


Kwenyuka umusi emakhaleni akhe nomlilo emlonyeni wakhe wadla; amalahle abaswa ngakho.


Kepha amazwi ami nezimiso zami engayala ngakho izinceku zami abaprofethi, akubambanga yini koyihlo na? babuya, bathi: “Njengokuba uJehova Sebawoti wayehlosile ukwenza kithi njengezindlela zethu nezenzo zethu, wenze njalo kithi.


Kwakunjengokubonakala kombono engawubonayo, njengombono engawubona lapho ngifika ukuchitha umuzi; ubuso babunjengobuso engabubona emfuleni iKhebari; ngase ngiwa ngobuso.


Ngabona kanjalo embonweni amahhashi nabahlezi phezu kwawo benezivikelo zesifuba zomlilo, nezehiyakinte, nezesibabule, namakhanda amahhashi ayenjengamakhanda ezingonyama; emilonyeni yazo kwakuphuma umlilo, nomusi, nesibabule.


Senza izimangaliso ezinkulu, size sehlise nomlilo ezulwini, wehle emhlabeni phambi kwabantu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite