Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hoseya 8:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Israyeli walahla okuhle; isitha siyakumxosha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Israyeli ukulahlile okuhle; isitha siyakumxosha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 U-Israyeli ukwenqabile okuhle; isitha siyakumxosha.

Gade chapit la Kopi




Hoseya 8:3
10 Referans Kwoze  

Basukeleni nibabhubhise ngokufutheka phansi kwezulu likaJehova.


belahlwa, ngoba belahlile ukholo lwabo lokuqala.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Edomi, nangenxa yezine, angiyikuguquka; ngokuba waxosha umfowabo ngenkemba, walahla lonke uzwelo, nolaka lwakhe lwaludabukile njalo, futhi wagcina ulaka lwakhe kuze kube phakade.


Abasizingelayo banejubane kunezinkozi zezulu; basixosha ezintabeni, basilindela ehlane.


Amazwi omlomo wakhe angububi nenkohliso; wayeka ukuhlakanipha nokwenza okuhle.


UJehova uyakuninqoba phambi kwezitha zenu, niphume ukulwa nazo ngendlela eyodwa, nizibaleke ngezindlela eziyisikhombisa, ninyakazeke emibusweni yonke yomhlaba.


Futhi mayelana nalabo kini abasele bephila, ngizothumela ukudangala ezinhliziyweni zabo emazweni ezitha zabo; umsindo weqabunga elikhencezayo uyobasukela; bayakubaleka njengababaleki phambi kwenkemba; bayakuwa uma kungekho obaxoshayo.


U-Israyeli uyakungibiza ngokuthi: Nkulunkulu wami, siyakwazi wena.


Babeka amakhosi, kodwa kungengami; benza izikhulu, mina ngingazi; ngesiliva labo nangegolide labo bazenzele izithombe, ukuze babhujiswe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite