Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hoseya 11:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngabadonsa ngezintambo zomuntu, ngezibopho zothando; kubo ngaba njengosusa ijoka emihlathini yabo, ngabanika inyama.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngabadonsa ngezintambo zomuntu, ngamagoda othando; ngaba kubo njengophakamisa ijoka entanyeni yabo, ngagobela kubo, ngabanika ukudla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngabadonsa ngezintabo zomuntu, ngamagoda othando; ngaba kubo njengophakamisa ijoka entanyeni yabo, ngakhothamela kuye, ngamnika ukudla.

Gade chapit la Kopi




Hoseya 11:4
14 Referans Kwoze  

Mina-ke, uma ngiphakanyiswa emhlabeni, ngiyakubadonsela kimi bonke.


NginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibhithe ukuze ningabi yizigqila zabo; ngagqabula izibopho zejoka lenu ngakwenza ukuma uqonde.


Ngokuba uthando lukaKristu luyasiqhubezela; ngokuba sibona kanje, ukuthi munye wafela bonke, khona-ke bonke bafile;


Ngokuba wayengazi ukuthi yimina engimnike amabele, newayini, namafutha, ngandisa isiliva negolide abakulungisela uBali.


Kukho konke ukuhlupheka kwabo wacindezelwa, ingilosi yobuso bakhe yabakhulula; othandweni lwakhe nangobubele bakhe wabahlenga; wazithwala, wazithwala zonke izinsuku zasendulo.


Ngidonsa, siyakugijima emva kwakho; inkosi yangingenisa emakamelweni ayo; sizojabula futhi sijabule ngawe, sizocabanga ngothando lwakho ngaphezu kwewayini; abaqotho bayakuthanda.


Abantu bacela, waletha izigwaca, wabasuthisa ngesinkwa sasezulwini.


Mina ngizakuba nguyise, yona ibe yindodana yami. Uma enza okubi, ngiyakumshaya ngenduku yabantu nangemivimbo yamadodana abantu;


UMose wayesethi: “Nansi indaba uJehova ayale ngayo: Gcwalisani igomere kulo, ligcinelwe izizukulwane zenu; ukuze babone isinkwa enganidlisa ngaso ehlane lapho nginikhipha ezweni laseGibithe.


Kanjalo uJehova yedwa wamqondisa, kwakungekho nkulunkulu wezizweni kanye naye.


Ibhotela lezinkomo, nobisi lwezimvu, kanye namafutha amawundlu, nezinqama zohlanga lwaseBashani, nezimbuzi, kanye namanoni ezinso zikakolweni; waphuza igazi lamagilebhisi elicwengekileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite