Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hagayi 2:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Sekuyisikhashana nje, ngizamazamise izulu nomhlaba, nolwandle, nomhlabathi owomileyo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: ‘Kusezakuba yisikhashana nje ngizamazamisa amazulu nomhlaba, nolwandle, nomhlabathi owomileyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 “Ngokuba usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Sekuzokuba ngumzuzwana nje bese ngizamazamisa izulu nomhlaba, ulwandle nomhlabathi owomileyo.’

Gade chapit la Kopi




Hagayi 2:6
25 Referans Kwoze  

Ngoba kusezakuba yisikhathi esifitshane kakhulu, njalo ulaka luzaphela, lolaka lwami ekubhujisweni kwabo.


Ngiyakwenza izimangaliso ezulwini phezulu, nezibonakaliso emhlabeni phansi; igazi, nomlilo, nentuthu yomusi;


INkosi izabhonga iseZiyoni, iphakamise ilizwi layo iseJerusalema; kuyakuzamazama izulu nomhlaba, kepha uJehova uyakuba yithemba labantu bakhe nenqaba yabantwana bakwa-Israyeli.


Akukabi yisikhathi esifushane kakhulu, iLebanoni iguqulwe ibe yinsimu evundile, insimu evundile ibhekwe njengehlathi?


Ngokuba kuseyisikhashana nje, ozayo uyeza, akayikulibala.


ukuze kuthuthumele phambi kwami izinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezilwane zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, nabantu bonke abasemhlabeni, nezintaba zithuthumele. Idiliziwe, nemimango iyowa, nalo lonke udonga luyowela phansi.


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Indodakazi yaseBabele injengesibuya, sekuyisikhathi sokuyibhula; kuseyisikhashana, kufike isikhathi sokuvuna kwayo.


Lonke ibutho lezulu lizabhubha, lezulu lizagoqwa njengomqulu, lebutho lonke lalo lizawa njengehlamvu eliwa emvinini, lanjengekhiwane eliwa emkhiwaneni.


Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.


Abantu nemindeni nezilimi nezizwe bayakuzibona izidumbu zabo izinsuku ezintathu nenxenye, bangavumeli izidumbu zabo zibekwe emathuneni.


Owenza umhlaba unyakaze usuke endaweni yawo, zithuthumele izinsika zawo.


Umhlaba wazamazama, wazamazama; Izisekelo zamagquma zazamazama, zazamazama, ngokuba Wayethukuthele.


Bayongena emihumeni yamadwala nasemihumeni yomhlaba ngenxa yokwesaba uJehova nangenxa yodumo lobukhosi bakhe, lapho esukuma ukuze unyakazise umhlaba.


Ngakho ngiyozamazamisa izulu, futhi umhlaba uyonyakaza usuke endaweni yawo ngentukuthelo kaJehova Sebawoti nangosuku lolaka lwakhe.


“Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakugcwalisa izwi elihle engalikhuluma kuyo indlu ka-Israyeli nendlu kaJuda.


Ngokuba ngomhawu wami nangomlilo wentukuthelo yami ngakhuluma ngathi: Impela ngalolo suku kuyakuba khona ukuzamazama okukhulu ezweni lakwa-Israyeli;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite