Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hagayi 1:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwase kufika izwi likaJehova ngomprofethi uHagayi, lathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kwase kufika izwi likaJehova ngoHagayi umprofethi, lathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kwase kufika izwi likaSimakade ngesandla sikaHagayi umphrofethi, lathi:

Gade chapit la Kopi




Hagayi 1:3
5 Referans Kwoze  

Abaprofethi, uHagayi umprofethi, noZakariya, indodana ka-Ido, baprofetha ngenxa yabaJuda ababekwaJuda naseJerusalema egameni likaNkulunkulu ka-Israyeli.


Ngenyanga yesishiyagalombili, ngomnyaka wesibili kaDariyu, izwi likaJehova lafika kuZakariya, indodana kaBerekiya, indodana ka-Ido umprofethi, lathi:


Ngomnyaka wesibili wenkosi uDariyu, ngenyanga yesithupha, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika ngoHagayi umprofethi kuZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa, indodana kaJosefa, umpristi omkhulu, uthi:


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Laba bantu bathi: ‘Asikafiki isikhathi, isikhathi sokwakhiwa kwendlu kaJehova.


Sekuyisikhathi sokuthi nina, nina, nihlale ezindlini zenu zokukhosela, futhi le ndlu iyincithakalo?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite