Esteri 8:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Futhi lobelani abaJuda egameni lenkosi njengokufisa kwenu, nilinamathelise ngendandatho yenkosi; ngoba umbhalo olotshiweyo ebizweni lenkosi, waphawulwa ngendandatho yenkosi, kawuphenduki muntu. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Kepha lobani nani ngabaJuda njengokuhle emehlweni enu egameni lenkosi, nikunamathelise ngendandatho yenkosi, ngokuba umbhalo obhalwe egameni lenkosi wanamatheliswa ngendandatho yenkosi awunakubuyiswa muntu.” Gade chapit laIsiZulu 20208 kodwa umbhalo olotshwe egameni lenkosi wagxivizwa ngesigxivizo sasebukhosini, awusoze waguqulwa. Nokho-ke, nina nobabili ningababhalela abaJuda noma yini eniyifisayo; ningayibhala egameni lami, nifake isisicilelo sasebukhosini.” Gade chapit la |
Base bebizwa ababhali benkosi ngosuku lweshumi nantathu lwenyanga yokuqala, kulotshiwe njengakho konke uHamani ayekushilo ezikhulwini zenkosi nakubabusi ababephezu kwezifunda zonke, nakubabusi babo bonke abantu abavela emazweni. Isifunda ngasinye ngombhalo waso, nabantu, yileso naleso ngolimi lwaso; kwalotshwa egameni lenkosi u-Ahashiveroshi, kwatywinwa ngendandatho yenkosi.