Esteri 8:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Inkosi yelulela u-Esteri intonga yegolide. U-Esteri wayesesukuma wema phambi kwenkosi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Inkosi yamelulela u-Esteri intonga yegolide. Wayesesukuma u-Esteri, wema phambi kwenkosi. Gade chapit laIsiZulu 20204 Inkosi yamkhomba ngentonga yayo yegolide u-Esteri, wayesesukuma ema phambi kwayo, Gade chapit la |
Zonke izinceku zenkosi nabantu bezifunda zenkosi bayazi ukuthi yilowo nalowo, owesilisa noma owesifazane, oza enkosini egcekeni elingaphakathi, engabizwanga, kumthetho wakhe munye ukuba ambulale ukuze amiswe, ngaphandle kwalabo inkosi eyokwelulela kubo intonga yegolide, ukuze aphile; kepha mina angibizwanga ukuba ngingene enkosini lezo zinsuku ezingamashumi amathathu.