Esteri 8:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Yabhala egameni lenkosi u-Ahashiveroshi, yanameka ngendandatho yenkosi, yathumela izincwadi ngeposi nabakhwele amahhashi, nabakhwele iminyuzi, namakamela, namakamela. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Waloba egameni lenkosi u-Ahashiveroshi, wakunamathelisa ngendandatho yenkosi, wazithuma izincwadi ngesandla sezigijimi zamahhashi, zigibela amahhashi anejubane, amahhashi enkosi akhethekileyo, Gade chapit laIsiZulu 202010 Lezo zincwadi bazibhala egameni lenkosi u-Ahasheveroshi; uMoridekhayi wazifaka isisicilelo sasebukhosini. Zathunyelwa ngezigijimi ezazigibele amahhashi anejubane, ayekhuliswe esitebeleni sasebukhosini. Gade chapit la |
Bayakuletha bonke abafowenu kube ngumhlatshelo kuJehova bevela ezizweni zonke begibele amahhashi, nangezinqola, nangezikebhe, naphezu kweminyuzi, nangezilwane ezinejubane, entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokho abantwana bakwa-Israyeli beletha. “Umnikelo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.