Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 6:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi zisakhuluma naye, kwafika izinceku zenkosi, zamphuthumisa uHamani esidlweni u-Esteri ayesilungisile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Besakhuluma naye, zafika izinduna zenkosi, zashesha ukumyisa uHamani edilini u-Esteri alilungisileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Besakhuluma naye uHamani, kwafika abathenwa benkosi, bephuthuma ukuzomlanda uHamani ukuze aye edilini u-Esteri ayelilungisile.

Gade chapit la Kopi




Esteri 6:14
5 Referans Kwoze  

Uma ngifumene umusa emehlweni enkosi, futhi uma kukuhle enkosini ukunginika umkhuleko wami nokugcwalisa isicelo sami, inkosi noHamani mabeze esidlweni engibalungisele sona, futhi kusasa ngizobalungiselela. Yenza njengokusho kwenkosi.


Umkakhe uSereshi labo bonke abangane bakhe bathi kuye: “Mawuphakanyiswe ugodo oluyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, nikhulume enkosini kusasa ukuba uMoridekayi alengiswe kuso; bese ungena ngokuthokoza kanye nenkosi esidlweni. Lendaba yaba mnandi kuHamani; futhi wenza ugodo.


Inkosi yasisithi: UHamani kaphangise, ukuze enze njengokutsho kukaEsta. Inkosi noHamani base befika esidlweni u-Esteri ayesilungisile.


Inkosi noHamani base befika ukudla no-Esteri inkosikazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite