Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 5:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kodwa konke lokhu akungisizi ngalutho, lapho ngibona uMoridekayi umJuda ehlezi esangweni lenkosi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha konke lokho akunganelisi ngalutho kuso sonke isikhathi engilokhu ngibona ngaso uMoridekayi, umJuda, ehlezi esangweni lenkosi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 kodwa konke lokho akungenelisi uma nje ngisabona uMoridekhayi, umJuda, ehleli esangweni lesigodlo senkosi.”

Gade chapit la Kopi




Esteri 5:13
9 Referans Kwoze  

Ngiyibonile yonke imisebenzi eyenziwayo phansi kwelanga; futhi bheka, konke kuyize nokuhlushwa komoya.


“Yize leze,” usho uMshumayeli, okuyize okuyize; konke kuyize.


Uziklebhula ngolaka lwakhe; umhlaba ungashiywa ngenxa yakho na? nedwala liyakususwa endaweni yalo na?


Omubi uzwa ubuhlungu zonke izinsuku zakhe, nenani leminyaka lifihlelwe umcindezeli.


Khona-ke uHamani waphuma ngalolo suku ejabula futhi enenhliziyo ejabulayo, kodwa lapho uHamani ebona uMoridekayi esangweni lenkosi ukuthi akasukumanga futhi akazange athuthumele ngenxa yakhe, uHamani wagcwala ulaka ngoMoridekayi.


abeza noZerubhabheli: ngoJeshuwa, noNehemiya, noSeraya, noRehelaya, noMoridekayi, noBilisani, noMispari, noBhigwayi, noRehumi, noBahana. Inani lamadoda abantwana bakwa-Israyeli:


Omubi uceba uzungu ngolungileyo, amgedlele amazinyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite