Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha uHamani wazibamba, wathi efika endlini yakhe, wabiza abangane bakhe noSereshi umkakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha uHamani wazibamba, waya ekhaya; wayesethuma, walanda abangane bakhe noZereshi umkakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 kodwa wazibamba, wahamba waqonda emzini wakhe, wathumela, waqoqa abangani bakhe nomkakhe uZereshi,

Gade chapit la Kopi




Esteri 5:10
6 Referans Kwoze  

UHamani wamtshela uSeresi umkakhe nabo bonke abangane bakhe ngakho konke okumehleleyo. Izazi zakhe noSeresi umkakhe zathi kuye: “Uma uMoridegayi oqale ukuwa phambi kwakhe engowenzalo yabaJuda, awuyikumhlula, kepha uyakuwa nokuwa phambi kwakhe.


Ungasheshi ukuthukuthela emoyeni wakho, ngokuba ulaka luhlala esifubeni seziwula.


UJosefa wayengenakuzibamba phambi kwabo bonke ababemi ngakuye; wamemeza wathi: “Yilowo nalowo makasuke kimi.” futhi kwakungekho muntu owama ngakuye lapho uJosefa ezazisa kubafowabo.


UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite