Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwathi besakhuluma kuye insuku zonke, engabalalelanga, basebetshela uHamani ukuthi abone ukuthi indaba kaMoridegayi izakuma yini, ngoba wayebatshelile ukuthi yena ungumJuda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwathi zikhuluma kuye imihla ngemihla, engazilaleli, zamtshela uHamani ukuba zibone ukuthi amazwi kaMoridekayi ayakuma yini, ngokuba wayezitshelile ukuthi ungumJuda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Nanxa zazikhuluma naye nsuku zonke zimbuza, uMoridekhayi akazange azilalele. Zase zihamba zayotshela uHamani ukuze zizwe ukuthi uMoridekhayi uzoma yini emazwini akhe okuthi ungumJuda.

Gade chapit la Kopi




Esteri 3:4
11 Referans Kwoze  

Esakhuluma kuJosefa izinsuku ngezinsuku, akamlalelanga ukuba alale naye nokuba abe naye.


Wathi kubo: “NgingumHeberu; ngiyamesaba uJehova uNkulunkulu wezulu, owenza ulwandle nomhlabathi owomileyo.


Base bephendula, bathi phambi kwenkosi: “UDaniyeli, wabantwana bokuthunjwa bakwaJuda, akakulaleli, nkosi, noma umyalo owusayinileyo, kepha wenza isicelo sakhe kathathu ngosuku.


Kukhona abaJuda abathile owabeke phezu kwezindaba zesifunda saseBabele, oShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego; Lawa madoda, nkosi, awakunakanga; azikhonzi onkulunkulu bakho, azikhuleki esithombeni segolide osimisileyo.


Ngubani phakathi kwenu kubo bonke abantu bakhe? uNkulunkulu wakhe makabe naye, akhuphukele eJerusalema lakwaJuda, akhe indlu kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, (unguNkulunkulu) eseJerusalema.


Izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zathi kuMoridekayi: Kungani weqa umyalo wenkosi na?


Lapho uHamani ebona ukuthi uMoridekayi akakhothama futhi akamhloniphanga, uHamani wathukuthela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite